Iculo likaZandi

Zandile Ndhlovu

Illustrated by Katlego Keokgale

Ages 3 to 6
31 May 2023
9781776252695

Synopsis

UZandi uphupha ulwandle olukhulu oluluhlaza futhi olukhanyayo kanye nezinhlanzi ezimibalabala. Ngelinye ilanga uthola isipho esikhethekile esimholela ekwenzeni okungajwayelekile nokuqabulayo okutholwa ngaphansi kwamanzi. Nokho kukhona okusongela lo mhlaba wemilingo ... ingabe ukhiye ukuvikela okufihlwe ezindabeni zesikhathi esidlule?

Indaba enika umdlandla futhi ekhuthazayo exoxa ngathi nokuxhumana nemvelo ebhalwe nguZandile Ndhlovu, owesifazane wokuqala omnyama eNingizimu Afrika, ofundisa ukutshuza emanzini ajulile kanye nomsunguli we-Black Mermaid Foundation.