Skip to main content
Out on 01 August 2026

Amagama Asemaphusheni

Ages 3 to 6

Synopsis

Yonke indawo lapho uVuyo ehamba khona ufunda amagama amasha. Ekhaya ufunda ngemvelo nokudla. UBaba umhambisa emtasheni wezincwadi ukuze akhethe izincwadi. Esikoleni yena nabangani bakhe baqamba amaculo ngamagama abawafundiswe nguthisha wabo. Ufunda amagama ezincwadini zikaSonto-sikole. Ngobunye ubusuku uphupha ngamagama asemaphupheni ... usebhala inkondlo emnandi ngawo.

Details

01 August 2026
9781779992284
Imprint: Pan Macmillan South Africa Children's Books