Skip to main content

Simunye

Ages 3 to 9

Synopsis

Singabukeka sehlukile mina nawe,

sizwakale sehlukile,

senze okwehlukile,

sidle ukudla okwehlukile,

futhi sihlale ezindaweni ezehlukene

kodwa uma ngibheka emehlweni akho, ngizibona mina uqobo.

Incwadi eduduzayo futhi ethinta imizwa emayelana nobungani kanye nobuntu ebukangaza kokubili okufanayo nokuwumehluko kithi.

Iyatholakala futhi ngesiNgisi nangesiBhunu.

Details

01 September 2020
9781776250424
Imprint: Pan Macmillan South Africa Children's Books