Mina ngiyanakeka

Tshwanelo Serumola

Illustrated by Subi Bosa

Ages 6 to 10
15 June 2023
9781776252916

Synopsis

Ngingumfana onsundu OFUNA UKWAZI KONKE.
Ngiyawuhlola umhlaba engikuwona …
Ngingumfana onsundu OWAMUKELA ABANYE.
Ngiyabahlonipha abantu abangafani nami.

Mina Ngiyanakeka, lena yincwadi ekhuthazayo yeziqinisekiso ezinhle zabafana abansundu.
Le ncwadi ikhuthaza abafana ukuthi bakhumbule lokho okubenza behluke ngenkathi bephokophelela ukwenza okuhle emhlabeni engiphila kuwo. Iphinde ibakhuthaze ukuthi balandele amaphupho abo futhi babe nobuhlakani.